Description
ZUL1505 I-Asayimenti yoku-2 (Assignment 2) ISIMESTA YESI-2 (Semester 2) Memo | Due 2025. All questions fully answered. Imibuzo Khipha lezinhlobo zamabizo ezilandelayo ezitholakala eziqeshini. Khipha amabizo amabili uhlobo ngalunye: (a) amabizoqho (b) amabizoqoqa (c) amabizombaxa (d) amabizongxube (e) amabizomuntu (10) 1. 2 Cozulula amabizo alandelayo ukhiphe iziqalo kanye neziqu zawo: a) izimbambo b) inkululeko c) uhlamvu d) umntwana e) izinja (10) 1.3 Chaza kafushane ukuthi uyini umsuka. Sekela incazelo yakho ngesibonelo esifanele. (5) /25/ UMBUZO 2 1. Zakhele eyakho imisho ngalezi hlanganiso ezilandelayo. Imisho ungayithathi kumhlahlandlela (study guide) kodwa kube oziqambele yona: hleze, bese, kwazise, noma, mhlawumbe (10) 2. Cozulula umusho omagatshagatsha olandelayo ukhiphe umusho omkhulu kanye nemishwana ekhonzile. Phinda usho ukuthi imishwana ekhonzile engumusho ochazayo noma okhanyisayo: Ingane yesikole ebigqqoke umfaniswano ishayiswe yimoto esangweni izolo ekuseni. (5) /15/
Reviews
There are no reviews yet.