Description
ZUL1505 Assignment 2 (I-ASAYIMENTI YOKU-2) Semester 1 (ISIMESTA YOKU-1) Memo | Due April 2025. All questions fully answered. UMBUZO 1
1.1 Bhala amagama amqondofana nalawa:
1.1.1 iphango/iphanga –
1.1.2 dangala –
1.1.3 inkece –
1.1.4 injongo –
1.1.5 igceke –
1.1.6 uthunjana – (6)
1.2 Yakha imisho ngamagama amqondofana owabhale ku 1.1 ngenhla. (12)
1.3 Sebenzisa igama eliwumabizwafane elidwetshelwe ukubhala incazelo yalo enye ehlukile
kule esemshweni.
Ilanga lana mhlanje lingiphathe kahle kakhulu. (2)
[20]
UMBUZO 2
Qondanisa igama elinesakhi esibhalwe ngokwahlukile eliku-A nenguquko yefonoloji
eyenzeke kuleso sakhi eku-B, bese ku-C uveza ukuthi inguquko yenzeke kanjani kulelo
gama kanje:
A B C
ukwenza ukungwaqazisa uku+enza u>w
A B C
4.1 impatho ukulwangisa In + phatha, ph >mp
4.2 benza Ukungwaqazisa Ba + enza, a+e = e
4.3 imbotshana Ukulumbana konkamisa Imbobo, b > tsh
4.4 indlwana Ukulwangisa Indiu + ana, u > w
4.5 isigujana ukunkankaza Isigibhu + ana, bh > j
(10)
UMBUZO 3
Nikeza omqondophika bamagama alandelayo:
3.1 iduna
3.2 isilaza
3.3 khuphuka
3.4 isigqala
3.5 isigwadi/isigwadu (10)
UMBUZO 4
Bhala imisho embaxa ngemisho eqondile ehamba ngamibili ngezansi. Qiniseka ukuthi
usebenzisa izihlanganiso ezifanele emishweni yakho.
4.1 Izingane zibhala isivivinyo.
Izingane zithule cwaka.
4.2 Kumele ngikhankase.
Ngingawudla umhlanganiso.
4.3 Ngizosuka ngezinyawo.
Ngizogibela phambili.
4.4 Ubaba ulungisa umcaba.
Amasi aseyavuthwa.
4.5 Kumele ngiyofesa.
Ngingawuthola umsebenzi. (10)
[20]
AMAMAKI ESEWONKE: [50×2=100]
Reviews
There are no reviews yet.