Description

ZUL2605 Portfolio (Ukuhlolwa ngePhothifoliyo) Semester 1 (ISIMESTA YOKU-1) | Due May 2025.

Imiyalelo: Phendula yonke imibuzo ngokulandelana kwayo ungayixovi. Kulindeleke ukuthi uphendule yonke imibuzo ngolimi lwesiZulu ngoba le-mojuli eyolimi lwesiZulu. UMBUZO 1 a) Nikeza izinhlobo zezinganekwane bese uzichaza kafushane. (15) b) Nikeza izinhlobo zemibhalo yabantwana bese uyichaza kafushane. (15) UMBUZO 2 Funda inkondlo engezansi bese uphendula umbuzo olandelayo ngokugcwele. Usuku olungayikukhohlakala Kuwen’ omdala nomncane, Wen’ owabonayo, wen’ owezwayo, Uyokhohlwa? Phinde! Iphelile itsha emnyama, Balel’ abaholi bakusasa, Uyolibala? Phinde! Ngumlando kuwe M’Afrika, Yinxeba elijule ezibilini, Lingavaleka? Phinde! Sizwe esiMnyama, Bhekisani kuMvelinqangi, Salabelwa nguye lelidlelo, Namuhl’ asisenakuklaba kulo. [Jotham Myaka, 1980) a) Ngabe le nkondlo ikhuluma ngani? Sekela impendulo yakho ngokuchaphuna enkondlweni. (15) UMBUZO 3 a) Nikeza izinhlobo zemidlalo bese uzichaza kafushane bese unikeza nezibonelo ozaziyo zohlobo lomdlalo ngamunye. (20) UMBUZO 4 a) Chaza yini ifa? (5) b) Ngokwenoveli esihloko sithi ‘Ifa ngukufa’, yiziphi izingqinamba umlingiswa osemqoka abhekana nazo ngenxa yefa/amafa okukhulunywa ngawo enovelini. (10) UMBUZO 5 a) Phawula ngomehluko phakathi kwezaga nezisho. Nikeza izibonelo ukusekela ukuphawula kwakho. (10) b) Phawula ngomehluko phakathi kwenoveli kanye nomdlalo (idrama). (10) ISAMBA: 100

4 reviews for ZUL2605 Portfolio (Ukuhlolwa ngePhothifoliyo) Semester 1 (ISIMESTA YOKU-1) | Due May 2025

  1. Chukwuma33

    ⭐⭐⭐⭐⭐

  2. LinaJayz

    Very helpful, thank you

  3. dinita88

    ⭐⭐⭐⭐⭐

  4. KennethJew

    darknet markets 2025 dark markets 2025 nexus onion link darknet market

Only logged in customers who have purchased this product may leave a review.

4.75Based on 4 reviews
(3)
(1)
(0)
(0)
(0)
9
    9
    Your Shopping Cart
    ICA1501 Assignment 4 Memo | Due 12 August 2025

    Seller:

    Aimark94

    Price: R100.00
    R100.00
    LCR4802 Assignment 1
    R50.00
    LEG2601 Assignment 1
    R80.00
    FOR2605 Assignment 1 Semester 1 | Due 31 March 2025
    FOR2605 Assignment 1 Semester 1 | Due 31 March 2025
    Seller:

    Aimark94

    Price: R100.00
    R100.00
    ENG1514 Assignment 3 Due 5 August 2024
    ENG1514 Assignment 3 Due 5 August 2024
    Seller:

    Unisian

    Price: R50.00
    R50.00
    EUP1501 Assignment 2 2025 Due 5 September 2025

    LSP1501 Assignment 8 2024 | Due 9 September 2024