Description
ZUL2605 Assignment 2 (Asayimenti yesibili) Semester 1 (ISIMESTA YOKU-1) | Due May 2025. All questions answered. Fundisisa kahle yonke imibuzo ngaphambi kukuba uphendule. UMBUZO 1 1) Yadabuka kuphi i-eseyi noma ingxoxo? (4) 2) Iyini i-eseyi noma ingxoxo, futhi inazimpawu zini? (4) 3) Nikeza izibonelo zama-eseyi noma zengxoxo (4) 4) Ingxoxo emiselwe izimiso ezithile (formal essay) ngenjani? Xoxa (4) 5) Nikeza bese uchaza izinhlobo ezahlukahlukene zama-eseyi noma zengxoxo (4) UMBUZO 2 1. Ngokombono wakho, kungani imibhalo yezingane ezilimini zase-Afrika ibukeka ishicilelwe kamuva nje? (4) 2. Mehluko mini ekhona Phakathi kwemigomo/kwezimpawu zezincwadizabantwana nezabantu abadala? Chaza kabanzi. (6) 3. Phawula ngomehluko okhona phakathi kwemilolozelo, izaga neziphicaphicwana (6) 4. Bhala phansi izinhlobo ezintathu zezincwadi zabantwana maqede ubhale imisebenzi emibili yohlobo ngalunye. (4) 5. Ucabanga ukuthi ziseneqhaza izinganekwane empilweni yezingane zanamuhla? (3) 7. Ingabe zibaluleke ngani izinganekwane ebantwaneni? (3) 8. Kunokukhathazeka okukhulu ngokuntuleka kwesiko lokufunda phakathi kwezingane zethu. Ingabe unayo imibono yokuthi lingathuthukiswa kanjani isiko lokufunda? (2) 9. Ngabe ucabanga ukuthi kufanele zibhalwe kanjani izinganekwane esikhathini sanamuhla? Nikeza izizathu zokuthi kungani ubeke kanjalo. (2) Isamba: 50
Reviews
There are no reviews yet.