Description

ZUL1505 NGEPHOTHIFOLIYO (Portfolio) ISIMESTA YESI-2 (Semester 2) Memo | Due 2025. All questions fully answered. UMBUZO 1 1.1 Qondanisa incazelo ekukhalamu-A nempendulo ekukhalamu –B A B INCAZELO IMPENDULO a) Onkamisa bemvelo yilaba: e no o b) Uma kwenzeka ukulumbana konkamisa kufanele: kondebembili nonsinini c) Onkamisa bokuvela yilaba: w no y d) Izinguquko zefonoloji zidalwa ukuthi…… uphuma ngamakhala uma bephinyiswa. e) Osingankamisa babili esiZulwini, yilaba sesi-9 nese-10 f) Ukulwangisa ukuguquka ko…………….. no………………. baphenduke olwangeni. m no n g) Nazi izinhlobo ezinhlanu zenguquko yefonoloji zesiZulu: Kube onkamisa bemvelo futhi a abe sekuqaleni. h) Ukunkankaza kwenzeka uma kwakhiwa amabizo ethathelwa ezenzweni ngokuphongoza iziqalo zamabizo esigaba sesi ……….. nese….. Onkamisa abavumelekile ukuthi balandelane ohlamvini / elungeni. i) Omankankane babili esiZulwini, yilaba: Ukweqiwa konkamisa, ukungwaqazisa, ukulumbana konkamisa, ukunkankaza, nokulwangisa. j) Omankankane babizwa ngomankankane ngoba umoya ……………. a, i,u (10) 1.2 Gcwalisa izikhala ngegama/ ngamagama afanele: a) Isibonelo esisodwa somsindo ongundebezinyo yilesi: ………………… b) Isigaba samabizo esinesiqalo ngqo esicashile yilesi:…………………. c) Isigaba soku-1 nesesi-3 sineziqalo ezifanayo (umu-) umehluko ukuthi: ………………………………………………………………………………………………. d) Ilunga noma uhlamvu (syllable) esiZulwini lakhiwa: ……………………………………………………………………………………………… e) Izakhi eziphelele zebizo yilezi: …………………………………………………………. f) Uma kwenzeka inguquko ukungwaqazisa unkamisa u no o baphendula u ………… g) Omunye msebenzi owenziwa isabizwana emshweni uku…………………………… h) Izivumelwano zenhloko nezivumelwano zikamenziwa zinamathela kuluphi ucezu lwenkulumo?………………………………… i) Inkathi ezayo ihlukene kabili: …………………………. ne…………………………….. j) Lezi iziqu ezine zenani:……………, ………………, ……………….., …………….. (10) /20/ UMBUZO 2 2.1 Khipha isivumelwano sikamenziwa esenzweni ngasinye usho nokuthi simele ibizo lasiphi isigaba sebizo: a) Usisi uyawathanda kakhulu amazambane. b) Umfundisi uthe uziyifunda kusasa incwadi. c) Ukufa kuyosihlanganisa ekugcineni. d) Angazi ungifunani lo muntu. e) Umakhi uzolakha kusasa ikhishi. (10) 2.2 Bhala ubuningi balawa mabizo alandelayo bese usho ukuthi ibizo liyisiphi isigaba ebuningini: a) ihlo b) amanzi c) umoya d) ibibane e) ucingo (10) /20/ UMBUZO 3 3.1 Gagula uhlobo lomusho ngamunye kwelandelayo: a) La bafana baningi futhi behlukene. b) UThandeka uzothola imali yakhe kusasa ntambama. c) Ngiyabathanda abantu abahloniphayo. d) UZodwa ufuna ukushaya ingane. e) Izimpahla zami zinethiwe. (10) 3.2 Qalisa umusho ngegama elidwetshelwe: a) Inkampani enkulu izoqasha abantu abaningi. b) Isikhova sisuke sikhalelani kanti ebusuku abantu belele? c) Izingane zakithi engizithandayo ziphumelele ngamalengiso esikoleni. d) Abantu abadla izambane likapondo kuthi intela yabo izokhuphuka. e) Izwe laseNingizimu Afrika lilindele izizwe zomhlaba ezizofika zivakashile. (10) /20/ UMBUZO 4 Funda isiqeshana esilandelayo bese uphendula imibuzo ezolandela: Bathi bangafika kwaSigujana bakhonjiswa amakhekhe abangakhetha kuwo. Wangengasazi uNomasonto ukuthi akhethe liphi ayeke liphi. Kwaze kwasiza umuntu osebenza khona lapha esitolo samakhekhe wamkhethisa. Waqala ngokumbuza ukuthi uthanda muphi umbala. Walandela ngokubuza ukuthi uthanda elinaziphi izithako. Wavele wadunyelwa nje uNomasonto, waphenduka wabuka unina uMaZikalala. Wazihlangula naye wathi akazani nazithako zamakhekhe. Futhi ke nosuku lokuzwalwa olubungazwayo akulona olwakhe, olwakhe uthunjana wakhe lo osephenduke izikhomololo esitolo.UMaZikalala wabuza kumthengisi ukuthi yiliphi eliyintandokazi yikhona bezokhetha lona.Nempela umdayisi wabayalela maqede balithenga elikhulukhazi ikhekhe leli, babambisana lona sebephuma nalo esitolo. 4.1 Tomula amabizo AMAHLANU esiqeshini esingenhla bese ukhipha iziqalo zawo uphinde usho ukuthi akuziphi izigaba. (15) 4.2 Tomula amabizongxube AMABILI kulesi siqephu esingenhla. (2) 4.3 Nika amagama amqondofana nalwa atholakala esiqeshini: 4.3.1 uthunjana 4.3.2 olubungazwayo (2) 4.4 Tomula ibizomuntu elitholakala esiqeshini ulibhale. (1) /20/

Reviews

There are no reviews yet.

Only logged in customers who have purchased this product may leave a review.

2
    2
    Your Shopping Cart
    ICH4801 Assignment 3 2024 | Due 22 July 2024

    Seller:

    Aimark94

    Price: R50.00
    R50.00
    LJU4802 ASSIGNMENT 2 (QUIZ) SEMESTER 1 2025 - 100% CORRECT ANSWERS
    R100.00