Description
ZOL1509 Portfolio (UKUHLOLWA NGEPHOTHIFOLIYO) Semester 1 (ISIMESTA YOKUQALA) | Due May 2025. All Questions answered.
UKUHLOLWA NGEPHOTHIFOLIYO
Phendula yonke imibuzo ekhona kule phothifoliyo. Kulindeleke ukuthi uphendule imibuzo ngolimi lwesiZulu ngoba le-mojuli eyolimi lwesiZulu.
UMBUZO 1
1.1 Iziphicaphicwano ziphica ngokulandela iminyaka yabantwana. Ngabe zikwenza kanjani lokhu?
Chaza. (8)
1.2 Veza umehluko phakathi kweziphicaphicwano nezaga. Sekela ngezibonelo (12)
1.3 Veza umehluko phakathi kwempindwa nempindamqondo (5)
/25/
UMBUZO 2
1.1 Nikeza izinhlobo ezinhlanu zezinkondlo njengoba zihlelwe uKhumalo (15)
2.2 Nikeza bese uchaza okuhlanu okutholakala esakhiweni senkondlo sangaphakathi. (10)
/25/
UMBUZO 3
- 3.1. Ngabe imuphi umsebenzi walokhu okulandelayo endabeni emfushane?
(a) Isihloko (5)
(b) Isingeniso (5)
(c) Umzimba (10)
(d) Isiphetho (5)
/25/
UMBUZO 4
4.1 Chaza ukuthi yini imibhalo yabantwana? (5)
4.2 Bhala izinhlobo ezinhlanu zezincwadi zabantwana unikeze nomsebenzi wazo. (15)
4.3 Ngabe umbona ngani umlingiswa oyiqhawe ezincwadini zabantwana? (5)
/25/
ISAMBA: [100]
Reviews
There are no reviews yet.